Open main menu

Isi-Urdu igama lenye yezilimi ezikhulunywa eNingizimu Asia. Lulwimi lwesizwe sasePakistan. Kukhulunywa ePakistan naseKashmir ephethe amaNdiya futhi ulimi olusemthethweni ezweni. Futhi ulimi olusemthethweni eNdiya. Kukhulunywa kulo lonke elaseNdiya, ikakhulukazi emazweni ase Andhra Pradesh, Delhi, Bihar nase Uttar Pradesh.